pep.zone
Welcome, guest. You are not logged in.
Log in or join for free!
 
Stay logged in
Forgot login details?

Login
Stay logged in

For free!
Get started!

Text page


izindabazokubhebhana.pep.zone

Iphutha likaNgomane

Useze wamncane uNgomane lona.Phela inkunzimalanga ingumhloli wezikole.Maye iyaluthanda ucansi.Ibhebha kwasani.

Miningi imikhuba kaNgomane aziwa ngayo.Phela uma esiza othisha usiza abesifazane kuphela.Owesilisa uvele athi,"Hamba kumhloli wakho ubani."Kowesifazane,"Awuze eoffice sike sibone lenkinga.Usefuna ukumudla lowomisi noma umemu.

Ungeke uyiqede imikhuba yokuqhanyelwa kwalendoda.Ingani othisha bethathe uhambo olwalubalalisa ngaphandle babuya bengawuvali umlomo ngaye.Ingani kwacima ugesi othisha besehholo kusihlwa.Kwakhuzwa ubungqayingqayi esethole isibhakela.Unkabi lona wathi uyaphuthaza isibumbu ngomnyama komunye umisi kanti usegejile wagxavuna amasende endoda.Kwathi akambulale lowothisha omkhulu.Amasende ebuhlungu kangaka uwagxavuna uwamfonyoze.

Sibhukelwe endlini eyodwa kulelihhotela noNgomane lona."Eyi mina ndoda angeke ngilunge.Kuyabheda phela."Esho ephakama eyophuma isikhindi sokulala asifakile sesiqhoshe sinjani ukuqhanyelwa.

Dukuduku abuye nokunye okomisi okuphaphileyo.Uma ngithi ngiyakubheka yikho kanye obekuhleli eduze kukathisha omkhulu ogxavunwe amasende uNgomane.Ngiyabona ubethi ubamba isibumbu sakho.Kusobala iyazana.

Belokhu behleka begegetheka.Umatasa uNgomane uyakuphulula amathanga.'Awu wema!Kodwa yini ugange kangaka mhloli?Uyazi ingathi ingane bakithi!'Kubuye kungikhombe ngamehlo uma esesenyusa isandla phakathi kwamathanga.'Ayi uya"understand no problem",ehebeza eqamba amanga ngami ngikhona.Ngizwe kuthi "xhifi!"Ngithi ngenhliziyo ukube ngiyoke ngiphume!Bangijwayela kabi.

Asenyusele esibunjini sikamisi isandla.'Awu wema!'kuzikhalela lomisi.Ibhulukwe likaNgomane seliqumbe linjani!Ngibone nami ukuthi nampa abantu bezobhebhana ngikhona endlini.Pho-ke ngeke ngiphume.

Ngithi ngisababaza lokho abuye nalo iphenti likamisi.Kuthi ukuyiphakamisa okomisi imilenze uma seliphuma lonke iphenti.Amathanga akho amhlophe ngiwabone onke.Awu nami ngiqhanyelwe ngife.Pho-ke ngeke ngiphume.

Ayithathe imilenze kamisi ayibeke phezu kombhede.Amise amadolo lomisi.Ingquza vele imgovozele lomhloli.Isikhinjana asigqokile uNgomane asikhumule ngokushesha okukhulu.

"Awu we!Awu wema!"Esewubusheka umthondo uNgomane ngikhona endlini.Ngiwuzwe kahle ukhala engquza uthi,'mf!'Naye equma'Mmmmh'.Awu madoda bayabhebhana lababantu ngikhona endlini!

"Phaxa!phaxa!phaxa!"kukhala igolo."Hhhiiiii...hhhiiii...oooh!!!"kukhala umisi.UNgomane elokhu equma kancane,"Mmm...mmm...!!!'


This page:




Help/FAQ | Terms | Imprint
Home People Pictures Videos Sites Blogs Chat
Top
.